
Unukani umuthi ~ black stinkwood
Unukani umuthi ~ black stinkwood
Unukani umuthi odume kakhulu ngokufaka nokukhipha isichitho kuthiwa akumele uwusebenzese kakhulu ngoba nawo uvele uphenduke isichithokuwena, unukani ujwayele ukumila lapho kukhoma umquba khona lakuvundile khona, phalaza ngonukani uma kukhona okungandla ngemithi, unukani uyathakwa neminye imithi wenze umuthi wokubhaxabula izitha zakho, nukani uses in traditional medicine such as below;
Umsebenzi ka unukani umuthi
Can be used for ukufaka umuthi isichitho , can be used kwisibambelelo and kwi dliso locansi, cleanses isichitho.
Uwusebenzesa kanjani;
Uyaphuzwa, Uyaphalaza, Uyachatha, Uyafutha.
Nukani in English is Black Stinkwood uyasebenza unukani
neqanda ukucupha umuntu othandana naye wuphuze neqanda ubone imihlola, unukani nomalilisa ukhalisa indoda uyawuphuza uma uzoya kwindoda yakho.