
Ukuhlonipha abangasekho
Ukuhlonipha abangasekho
Ukuhlonipha abangasekho indlela abantu abangamaZulu
abakhumbula ngayo, abahlonipha ngayo nabaxhumana ngayo nabantu abangasekho
Abantu abangamaZulu bakholelwa ekutheni umuntu ohlobene naye
ongasekho emhlabeni uyidlozi futhi uhlonyishwa kakhulu. In addition on, Uma umuntu
eshona, kukholelwa ekutheni uyahamba uya kubantu base mndenini wakhe
asebashona. Kukholelwa ekutheni bazoba ndawonye babheke laba abasaphila
emhlabeni. Abanye abantu bakholelwa ukuthi amadlozi angumxhumanisi phakhathi
kwabuntu abaphilayo noNkulunkulu, nokuthi basebenzisana noNkulunkulu. However, Abantu
abangamaZulu bawahlonipha kakhulu amadlozi futhi bakholwa ukuthi fanele
zenziwe izinto ezifunwa amadlozi ukuze izinto zihambe kahle empilweni njengoba
wona esondelene noNkulunkulu. Izangoma ziyabasiza abantu ukuthi bazi ukuthi
amadlozi abo afunani kubona, njengokuthi kudingeka usiko elithile,
abantu abangasekho bayafika nangephupho. Abantu abadala bayakwazi ukuhlaziya
amaphupho, bayakwazi ukusho ukuthi amaphupho asho ukuthini.
Ukuhlonipha abangasekho
Uma uphupha umuntu ongasekho owumndeni noma ubekade ewumngani
nawe, ekutshela ukuthi ulambile noma uyagodola, kudingeka enzelwe
umsebenzi. Uma lowo muntu omuphuphile ebekade ewu mngani, uyahamba
uyotshela umndeni wakhe bese kuba yibona abamenzela umsebenzi. Uma
umuntu ongasekho efika kuwe ngephupho, efika esesimeni esihle, emamatheka
futhi ehleka nawe; kukholelwa ukuthi uzoletha izinhlanhla. Uma ubanamaphupho
amaningi ngabantu asebadlula emhlabeni basemndenini noma uba namaphupho
ongawaqondi, ungaya ukuyobona isangoma bese sona siyakutshela ukuthi kudingekani. Besides,
Ukuhlonipha abangasekho
Isikhathi esiningi, abantu abangamaZulu bavakashela emathuneni
uma kukhona isiko elithile abazolenza kodwa kuyenzeka ukuthi bavakashe
kungekho usiko elizokenziwa; njengo kuyolungisa ethuneni, ususe udoti notshani.
Uma kuzombulwa itshe, kubalulekile kuthi kuyiwe emathuneni. Mekuzombulwa itshe,
kwenziwa kanye kanye nesiko elaziwa ngokuthi ukubuyisa umuntu ongasekho ekhaya.
Lolusiko lenziwa emvakonyaka noma emibili umuntu eshonile. Bekuzokwenziwa lolusiko,
umndeni uqala uhambe uye ethuneni lalowo ongasekho befike bakhulume naye,
bamutshele ngalokho abazokwenza, bangakhuluma nangezinkinga ababhekene nazo.
Ngayizolo kosuku lokwembula itshe, kuhlatshwa inkomo, kuthunyiswe
impepho bese kukhulunywa namadlozi.
Ukuthunyiswa kwempepho kusetshenziselwa ukuxhumana namadlozi, kwesinye
isikhathi impepho uyayithunisela ukeqeda ikhanda elikuphethe noma uma uphupha kabi,
ukuxosha imimoya emibi kodwa isikhathi esiningi impepho ithuniselwa ukuxhumana namadlozi.
Kwesinye isikhathi impepho ithuniselwa ukukhumbula nabangasekho futhi ijwayele
ukuphelezelwa IsiZulu (utshwala besiZulu). Isiko / umsebenzi awuphelele ngaphandle
kwesiZulu futhi impepho ibalilekile kwamasiko okuxhumana nabaphansi.
Ukuhlonipha abangasekho
Love spells to end abusive boyfriend and change cast this spell if you are you struggling with your love life? Do you wish you had someone to share your sorrows and happiness with? Perhaps you already have your eyes set on someone who doesn’t seem to be very interested in you? What can you do? You try to revive your love life with the use and guidance of my same day love spells.In addition o,I am an experienced spell caster but not just that.Besides, My strength lies in being a real love spells caster whose spells have transformed the love lives of those less fortunate in love. Lastly,
[wpforms id=”3838″]