
UKUGQUMA
UKUGQUMA
Ave kubalulekile ukugquma. Yebo abantu abaningi
abakuthandisisi kahle ngoba ngathi kuthe ukuba nzinyana kancane. additionally, Uma
umuntu egquma usuke esusa yonke imimoya emibi kanye nezichitho
nawowonke amabhadi asuke efakiwe. Kodwa akusho ukuthi
noma ungathatha amanzi asempompini noma asemfuleni
ugqume ngawo uzobe usuwasusile wonke amabhadi nezikhwakhwalala. Cha,
ayidumi kanjalo mayizosuka. however, Kunemithi
yakhona esetshenziswayo ukuze umuntu akwazi ukuthi asizakale.
Uyothola abantu abahlukile abagquma ngezindlela ezihlukile.
Okubalulekile nje ukuthi ulandele imigomo nemibandela.
UKUGQUMA
Abanye bakugquma ngesitofu, abanye bakugquma ngebhodwe. however, Ave
ngingakugqugquzeli ukugqunywa komuntu kusethsenziswa isitofu. hence, Izinyanga zibuye
zizitshele ukuthi zazi kakhulu kanti cha. Umuntu akhale lapha phakathi, uyasha isitofu lesi wena
uqinise ikhanda uyobona ngomuntu eseqimtheka phansi nje. Phela bakwethu sinezifo ezingafani.
Kodwa-ke nawe muntu olashwayo ungatefi.
UKUGQUMA
Kunezinye izinto okumele uzibeke emqondweni uma uzosebenzisa
imithi. hence, Njengesigqabo sothando nje, kuye kuthiwe ungawudli ufishi. Angazi ngasizathu sini,
kodwa nje kuyiqiniso. Okunye uma wenza imithi yenhlanhla akumele
uzimbandakanye ocansini. Kuyobe usuyinyomfile ke lapho,
uyothi umuthi mawungasasebenzi bese uyaqala usole inyanga. lastly, Thola imithi yangempela uyisebenzise ngendlela okuyiyona.
UKUGQUMA