GQUMA PHALAZA UZOZIBONA IZINHLANHLA
GQUMA PHALAZA UZOZIBONA IZINHLANHLA
Abanye bayakunyanya abanye bayakuthanda. additionally, Kodwa
ayikho iyenzenjani kumele uphalazile ukhiphe isikhwakhwaladi. hence, Izigqabo
lezi zenhlanhla nezothando zisebenza ngakho ukuphalaza lokhu. furthermore, kwi
yinto ekade yaqala ukwenziwa futhi angiboni ukuthi iyophela. Uma uzothola umuthi wentando,
ave kubalulekile ukuthi uphalaze. Ukuphalaza yikho kanye okukhipha amabhadi. however, Yebo khona
kulesi sikhathi samanje ukuphalaza khona abangasakwazi. fence, Babhizi badunyelwa upotiyane njengamanje. Kulungileke.
Uma ufuna ukwazi kabanzi ngokuphalaza usungathintana nami. hence, Isikhathi
esiningi uma kuthiwa umuntu uyaphalaza, into esuke izokwenziwa ekuseni leyo. lastly, kunezizathu
zakhona zokuthi umuntu aphalaze ekuseni, akuvelanga nje kwalwalwa kwavukwa sekuthiwa umuntu akaphalaze
ekuseni. Engani uke ubone ukuthi uma umuntu ephalaza, uye athi uma eqeda athi phindemumva bese ekhwifa
ilanga. Kunesizathu sakhona. Ezinye izinto zamasiko noma zesintu ngeke waziqonda kahle.
GQUMA PHALAZA UZOZIBONA IZINHLANHLA
UKUGQUMA
Ave kubalulekile ukugquma. additionally, Yebo abantu abaningi abakuthandisisi
kahle ngoba ngathi kuthe ukuba nzinyana kancane. hence, Uma umuntu egquma
usuke esusa yonke imimoya emibi kanye nezichitho nawowonke amabhadi asuke
efakiwe. Kodwa akusho ukuthi noma ungathatha amanzi asempompini noma asemfuleni
ugqume ngawo uzobe usuwasusile wonke amabhadi nezikhwakhwalala. Cha, ayidumi kanjalo mayizosuka.
Kunemithi yakhona esetshenziswayo ukuze umuntu akwazi ukuthi asizakale. hence, Uyothola abantu abahlukile abagquma ngezindlela ezihlukile. furthermore, Okubalulekile nje ukuthi ulandele imigomo nemibandela.
GQUMA PHALAZA UZOZIBONA IZINHLANHLA
Abanye bakugquma ngesitofu, abanye bakugquma ngebhodwe. however, Ave
ngingakugqugquzeli ukugqunywa komuntu kusethsenziswa isitofu. hence, Izinyanga zibuye
zizitshele ukuthi zazi kakhulu kanti cha. hence, Umuntu akhale lapha phakathi, uyasha isitofu lesi wena
uqinise ikhanda uyobona ngomuntu eseqimtheka phansi nje. however, Phela bakwethu sinezifo ezingafani.
Kodwa-ke nawe muntu olashwayo ungatefi.
Ukuphalaza
Kunezinye izinto okumele uzibeke emqondweni uma uzosebenzisa imithi.
Njengesigqabo sothando nje, kuye kuthiwe ungawudli ufishi. hence, Angazi ngasizathu sini,
kodwa nje kuyiqiniso. lastly, Okunye uma wenza imithi yenhlanhla akumele uzimbandakanye
ocansini. Kuyobe usuyinyomfile ke lapho, uyothi umuthi mawungasasebenzi bese
uyaqala usole inyanga. lastly, Thola imithi yangempela uyisebenzise ngendlela okuyiyona.